Lona nguMbali. Nguthisha wami.
Lona nguMbali. Nguthisha wami.
Lo nguMbali. Ngutishala wam.
This is Agnes. She is my teacher.
UMbali uhamba ngezinduku.
UMbali uhamba ngezinduku.
UMbali uhamba ngeentonga.
Agnes uses crutches to walk.
Lona nguMxolisi. Ungumsakazi engimthanda kunabo bonke.
Lona nguMxolisi. Ungumsakazi engimthanda kunabo bonke.
Lo nguMxolisi. Ungoyena msasazi ndimthandayo kunabo bonke.
This is Metobo. He is my favourite radio DJ.
UMxolisi unenkinga yamehlo.
UMxolisi unenkinga yamehlo.
UMxolisi unengxaki yamehlo.
Metobo has problems with his eyes.
Lona ngu-Ayanda, umakhelwane wami. U-Ayanda ngumlimi.
Lona ngu-Ayanda, umakhelwane wami. U-Ayanda ngumlimi.
Lo ngu-Ayanda, ummelwane wam.
This is Moraa, my neighbour. Moraa is a farmer.
U-Ayanda akezwa ezindlebeni. Ukhuluma ngezandla.
U-Ayanda akezwa ezindlebeni. Ukhuluma ngezandla.
U-Ayanda sisithulu. Uthetha ngezandla.
Moraa cannot hear. She speaks using Sign Language.
Lona nguSizwe. Ungumdlali webhola ovelele esikoleni sami.
Lona nguSizwe. Ungumdlali webhola ovelele esikoleni sami.
Lo nguSizwe. Ungumdlali wesoka obalaseleyo esikolweni sam.
This is Osero. He is the best soccer player at my school.
USizwe akanazo izandla. Kodwa ufakela iqembu lethu amagoli amaningi!
USizwe akanazo izandla. Kodwa ufakela iqembu lethu amagoli amaningi!
USizwe akanazo izandla. Kodwa ukora amanqaku amaninzi kwiqela lethu!
Osero has no hands. But he scores many goals for our team!