下载 PDF
返回故事列表

Abantwana abenziwe ngamakhandlela 蜡做的孩子

作者 Southern African Folktale

插图 Wiehan de Jager

译文 Phumy Zikode

配音 Beauty Ngwenya

语言 祖鲁语

级别 2级

将整故事念出来 本故事尚未有语音版。


Emandulo kwakukhona umndeni owawuhlala ujabule.

很久很久以前,有一家人快乐地生活在一起。


Abantwana babezwana. Behlale besiza abazali babo endlini kanye nasengadini.

孩子们从来不打架,还帮助爸爸妈妈做家务,干农活。


Kodwa babengavunyelwe ukusondela eduze komlilo.

但是他们不能靠近火焰。


Kwakumele benze yonke imisebenzi yabo ebusuku. Ngoba babenziwe ngamakhandlela!

没办法,他们只能在晚上工作,因为他们都是用蜡做的!


Kodwa omunye wabafana wayekufisa ukuphumela ngaphandle elangeni.

但是其中一个男孩非常想出门,他想走到太阳底下看看。


Ngelinye ilanga wayehalela ukuphumela ngaphandle. Abafowabo bamxwayisa.

有一天,这种渴望太强烈了。虽然他的兄弟们警告过他……


Kodwa kwabe sekungasasizi ngalutho! Wancibilika elangeni elishisayo.

但是太晚了!他在太阳底下融化了。


Abafowakhe babephatheke kabi bebona umfowabo encibilika ephela.

其他蜡做的孩子看到他们的兄弟融化消失了,非常伤心。


Kodwa baveza isu. Baphendula amafutha ayesencibilikile bawenza inyoni.

但是他们想出了一个好主意:他们把熔化的蜡块捏成了一只鸟。


Bamthatha umfowabo oseyinyoni bambeka phezulu entabeni.

他们把变成鸟的兄弟带到了一座高山上。


Ngokuphuma kwelanga. Wandiza eculela ukukhanya kwasekuseni.

太阳升起来了,他迎着晨光唱着歌,飞走了。


作者: Southern African Folktale
插图: Wiehan de Jager
译文: Phumy Zikode
配音: Beauty Ngwenya
语言: 祖鲁语
级别: 2级
出处: 原文来自非洲故事书Children of wax
共享创意授权条款
本着作系采用共享创意 署名 3.0 未本地化版本授权条款授权。
选项
返回故事列表 下载 PDF